Has venido a la página de internet perfecta en caso de que hayas estado buscando la partitura de la melodía de Indodana. A continuación te enseñamos la partitura de la melodía, al lado de su letra y audio, para seas capaz de hacerlo sonar con tu chelo, guitarra o flauta, dando igual cual sea tu instrumento.

Datos de Indodana
Si pretendes ver el conjunto de los componentes de la partitura, puedes consultar la sección posterior: el género musical, duración de la melodía, las hojas que posee la partitura, sus claves, los nombres de las partes, .etc
Páginas | 11 |
---|---|
Duración | 03:58 |
Medidas | sesenta y cinco |
Clave | A♭ mayor, F menor |
Conjunto | Coral |
Partes | 8 |
Nombre de las partes | soprano (2), alto (2), Tenores (2), Voz de bajo (2) |
Privacidad | Todo el mundo puede ver esta puntuación . |
Licencia | Ninguno (Todos los derechos reservados) |
Indodana en Vídeo
Asimismo, cuentas con la opción de revisar el vídeo de la melodía de manera que la consigas oírla:
Indodana: Letra
jehovah nkulukulu wami
ngizisondeza phambi kwebuso bakho
ngigucile ngamadolo ngibheke phansi
ngizifihla ubuso bami nje ngiswabile nkosi
ngiswabiswa imisebendzi yezandla zethu
ngiswabiswa ububi izandla zethu esibendza mihla yonke
namhlanje nkos’yami yasemazulwini
ngigucile ngyakuthandaza
ngiyacela baba ngivumele ngikhulume nomuntu
ngivumele somandla ngikhulume nesidalwa sakho
namhlanje ngenze umbhuli wesandla
ohh ungangenzi umahluleli nkos’yami
ngenze umbhuli wesandla baba ungiphe amehlo omoya
ohh mfowethu bheka isandla sakho
namhlanje sivule usbhekisise
ubone ukungcola nokuswabisa kwaso
izolo lokhu besakha ngenhlonipho nothando olumangalisayo
lapho sibambe khona sibamba kucine
siduduza futhi sijabulisa
ukufudumala kwaso kulalisa ngisho nosana oluncane
namhlanje abazali bethu balele emathuneni
ngenca yezandla zethu
amakhaya ezihlobo nabangani avalwe ngamahlathi
ngenca yezandla zethu
isandla sala umuntu asithandaza
aguce ngamadolo asincenga
athi yooo!!! ungangibulali
kodwa sona isandla sochubeka sihlabe kuchitheke igazi
sala ngisho ingane encane imemeza
ngezwane ithi uyangilimaza
kodwa sona sochubeka sihlabe kuchitheke igazi
isandla syakubhambhatha sikufudumeze,
uzwe imizwa yomzimba igijima
sibuye sikwenzele ukudla sikufakele ushevu,
ufe uphele wonke umndeni.
namhlanje izandla zethu sishiye ishoshwa
zashiya neyintandane
imizi eminingi ikhala ibhungane ngenca yezandla zethu.
ngabe kwenzenjani ngezandla zethu.
mzalwane wami bheka izandla zakho, usbhekisise.
ngabe izandla zeciniso na!
ngabe izandla zakho izandla zenyembezi na!
ngabe izandla segazi na!
ngabe siyakha nome siyabhidliza na!.
uthi u davide indodana ka nkulukulu
oh ngyacela nkosi ngiwele ezandleni zakho,
ngingaweli ezandleni zomuntu,
ngoba izandla zomuntu
syasabeka nkosi.
sidinga uncedo,
sidinga insindiso baba.
oh! bawo hawukela izandla zethu.
faka uzwelo ezandleni zomuntu
ngegama lenkosi yethu ujesu krestu
ngicela uthando ezandleni zomuntu
faka inhlonipho ezandleni zomuntu
oh! nkos’yami asikuthumi baba
syakucela nkosi,
nceda izandla zethu.
ngegama lenkosi yethu jesu krestu,
baba syakuthandaza,
sincede baba.
amen.
Indodana: Descargar la Partitura
Podrás bajar la partitura íntegra de Indodana yendo a la posterior página web. Los tipos posibles son los siguientes: MIDI, MP3, Music XML o PDF.